Kubanjwe inkunzi ikhaya labadala

2013-10-02 14:01

Johannesburg - Isigejaba samadoda sigasele endaweni egcina bantu abadala eDespatch e-Eastern Cape, safike sabamba inkunzi, kusho umbiko wamaphoyisa esifundazweni.

Amadoda amane angene kulesi sikhungo afike abopha abasebenzi ase ebamba inkunzi abantu abadala, abafune izinto ezifana namakhadi asebhange kanye namaselula, kusho okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Gerda Swart.

"Abaphangi babaleke ngemoto yesinye sezisebenzi kuso lesi sikhungo. Kuyacelwa amalungu omphakathi angaba nolwazi, azise amaphoyisa."


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...