Kubanjwe amabhakede ehlohlwe izinhlamvu zesibhamu

2013-01-16 14:04
Yabelani Shicilela

Bloemfontein - Kubanjwe amabhakede amane egqitshwe emuva kwendlu eSasolburg, elayishwe izinhlamvu zezibhamu ezingama-shotgun, kusho amaphoyisa ngoLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Peter Kareli uthi abantu abathize bebelungisa lo muzi, ngesikhathi bevundulula amabhakede ango-20-litre, abegqitshiwe.

"Abasebenzi bebethi bavala umgodi abakade bewumbile ngesikhathi bethola amabhakade, babe esebebiza amaphoyisa."

Amaphoyisa athungatha umninimuzi, kuze ezophonswa imibuzo.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...