Khona abangakazitholi izincwadi - DA

2012-09-04 16:33

Johannesburg - Kukhona abanye abafundi esikoleni samabanga aphansi i-Edenglen Primary School, eKurhuleni, namanje abangakazitholi izincwadi, kusho iDemocratic Alliance eGauteng.

"Akwamukelekile neze ukuthi unyaka usungaze uphethwe kukhona abafundi abangakaze bazithole izincwadi," kusho umkhumeli we-DA uKhume Ramulifho.

Umkhulumeli woMnyango uCharles Phahlane uthe indaba yezincwadi yindaba endala wathi akukhulunywe nomnyango kuzwelonke.

Isikhulu eMnyangweni weMfundo eyisiSekelo uPanyaza Lesufi uthe ziyethusa lezi zindaba.

"Akukwazi ukwenzeka lokho. Kungani uMnyango ungazi ngakho?"

ULesufi uthe uMnyango unomgomo wokuthi izincwadi zithunyelwa zingakapheli izinsuku ezingu-18 wazisiwe ngokushoda kwazo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Passing showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 4-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-18°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-18°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...