Iziteshi zamaphoyisa azisiyo inkundla yezombusazwe

2012-10-12 14:05

Johannesburg - Abahlali kumele baqinisekise ukuthi iziteshi zamaphoyisa aziphendulwa inkundla yokudlala imidlalo yezombusazwe, kusho uNgqongqoshe wezamaPhoyisa uNathi Mthethwa.

"Sidinga imiphakathi ezoba yizingqapheli, ibheke ukwenza kwamaphoyisa, ithi uma igxeka igxeke ngokwakha iphinde ikhiphe izincomo uma kudingeka," esho enkulumweni ayethule eJane Furse, eLimpopo.

"Siyaphinda siyagcizelela ukuthi iziteshi zamaphoyisa akusizo izinkundla zemidlalo yezombusazwe. Azikaze zibe yinkundla."

Ungqongqoshe uthe amaphoyisa kumele anakekele imiphakarthi asebenza phakathi kwayo.

"Akuko maphoyisa ekumele abe ngabangani nezigilamkhuba," kusho uMthethwa njengoba bekwethulwa umkhankaso wokulwa nobugebengu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...