Iziteleka ziyasehlisa isithunzi seDUT

2011-08-04 07:04

Durban - Ukuphazamiseka kwamakilasi kwakamuva eDurban University of Technology kungenzeka ukuthi kunikeze le nyuvesi isithombe esibi, lokhu kulandela ukumiswa kwamakilasi ngenxa yemibhikisho yabafundi, kubika isiteshi somsakazo i-East Coast Radio.

Lona ngumbono kalowo ongumhlaziyi wezemfundo uKobus Maree. 

Abaphathi beDUT banquma ukuvala lesi sikhungo kanjalo nezindawo zokuhlala abafundi ngesonto eledlule, kulandela imibhikisho yabafundi eyayihambisana nodlame nokucekelwa phansi kwempahla.

UMaree uthi ukhathazekile ngendlela abafundi beDUT abazwakalisa ngayo izikhalazo zabo.

Uthe lokhu kubeka kabi le nyuvesi.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-ANC iphika izinsolo ze-EFF

2014-07-22 10:01
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Sunny. Mild. Pta: 2-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-23°C Sunny. Mild. PE: 8-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...