Izinja zisho ukumqeda umsebenzi

2011-05-30 07:18

Johannesburg - Umsebenzi wasemakhishini usole umqashi wakhe ngokungamlamuleli ngesikhathi edliwa izinja zakhe ezintathu nathi uyazazi umqashi ukuthi ziyingozi, kubika iphephandaba iSowetan ngoMsombuluko.

"Bengicabanga ukuthi izinja zizongibulala," kusho uLerato Masemola ekhuluma esembhedeni wasesibhedlela iKopanong Hospital ngaseVereeniging nalapho elashwa khona kulandela ukuthi izinja zimlume emlenzeni.

Kodwa umqashi wakhe uRudi noKarin Reinecke bathe ngeSonto, uMasemola ulimale ngesikhathi ezama ukweqa uthango lwabo oluphakeme.

"Ngesikhathi inja ingiluma ngiye ngamemeza ngoba ngifuna usizo kodwa bama nje bangibuka," kusho uMasemola.


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-30°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-21°C Rain showers. Morning clouds. Cool. PE: 15-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...