'Izikole kumele zifundise izilimu zase-Afrika'

2015-09-18 13:31

Pretoria – Kusukela ngonyaka ozayo izikole zizofundisa izilimi zase-Afrika kusukela ku-Grade 1, kusho uNgqongqoshe weMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga ngoLwesihlanu.

Funda nalolu daba: Ngamgwaza nenhloso uFlabba - Intombi

"Lokhu kusho ukuthi izikole ebezifundisa isiNgisi nesiBhunu phambilini sekuzomele manje zifundise izilimi zase-Afrika kusukela kuGrade 1,” usho kanje etshela izintatheli ePitoli.

UMotshekga uthe lezi yizindaba ezibalulekile nezijabulisayo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-21°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 9-19°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 6-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Scattered showers. Partly cloudy. Cool. PE: 15-21°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...