Izikhulu zihambele umndeni kaRasuge

2012-03-27 16:36

Johannesburg - UNdunankulu waseGauteng uNomvula Mokonyane ekanye noKhomishana wamaphoyisa esifundazweni uMzwandile Petros, bahambele umndeni wephoyisa elabulawa uFrancis Rasuge, ngoLwesibili kubika i-Eyewitness News.

NgoMsombuluko kuhlolwe amathambo atholakale kumbiwa umuzi waloyo owabe eyisoka lika Rasuge,uWilliam Nkuna, umphumela uveze ukuthi amathambo ngakaRasuge.

URasuge, wanyamalala ngonyaka ka 2004.

Kumanje uNkuna udonsa udilikajele ngecala lokubulala uRasuge, akaze alivume icala.

Umndeni kumanje uphezu kwamalungiselelo okungcwaba uRasuge ngesizotha.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Sunny. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-23°C Rain showers. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...