Izigidi kulungiswa izikole eW Cape

2013-02-25 10:05

Cape Town - Sekusetshenziswe imali engaphezu kuka-R5 million kulungiswa izikole ezacekelwa phansi nezagqekezwa eWestern Cape kusukela ngo-Ephreli wangonyaka odlule, kusho umbiko ngoMsombuluko.

ICape Argus ibike ukuthi lokhu kunyuke ngemali engaphezu kuka-R1m uma kuqhathaniswa nonyaka wezezimali ka-2011/2012.

Okhulumela uNgqongqoshe wezeMfundo esifundazweni uDonald Grant, uBronagh Casey, uthe uthango, amapayipi namakhebuli kagesi yikho okufunwa kakhulu yizigebengu.

Uthe ezigamekweni eziningi, uthango olusuke lulungisiwe luphinde lucekelwe phansi noma lwebiwe futhi.

UMnyango uthi usunqume ukuthi usebenzise uthango lukasimende, nolumba eqolo, kodwa kunzima ukulweba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-27°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 14-21°C Passing showers. Partly sunny. Mild. Bloem: 14-22°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 20-29°C Rain late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Showers late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...