Izidakamizwa zidayiselwa izingane - Petros

2012-11-07 14:04

Johannesburg - Izingane ezincane eziseminyakeni esuka kwengu-12 ubudala zidayiselwa izidakamizwa emagcekeni esikole, kusho uKhomishana wamaphoyisa eGauteng uLieutenant General Mzwandile Petros ngoLwesithathu.

"Sengike ngahlangana nothishlanhloko bezikole zamabanga aphansi ngaso lesi sihlava sezidakamziwa. Yinkulu kakhulu inkinga... abanye bakhala ngokuthi abasazi ukuthi benzenjani," kusho uPetros etshela izintatheli eGoli.

"Uma izidakamizwa zithathelwa ezikoleni, kusobala ukuthi baseduze abazidayisayo."

UPetros ubenikeza isithombe sezibalo zodlame eGauteng onyakeni ka-2011/2012.

Ezinye izingane zesikole zisebenzisana namaphoyisa ukunqanda lo mkhuba, esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-32°C Showers early. Morning clouds. Hot.
Jhb: 15-26°C Showers early. Morning clouds. Warm. Bloem: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Showers early. Partly cloudy. Mild. PE: 18-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...