Iyaqhubeka eyama-etoll

2012-12-06 16:39

Johannesburg - Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu ufunga uyagomela ukuthi uzoqhubeka nomkhankaso wokulwa nama-etolls, emigwaqeni yaseGauteng, kusho uNobhala womfelandawonye esifundazweni uDumisani Dakile.

ICosatu ibambe imashi eGoli ngoLwesine, uDakile uthi bacele amaphoyisa ukuthi abalulele isikhathi kuleso ebekuvunyelwenwe ngaso ukuthi kuvalwe imashi.

Imashi lena idale isinyokotho emigwaqeni njengoba izimoto zonke bezishaya ngo-zero zeseka umkhankaso.

"Asibhekile ukuthi bangakanani abantu abahambela imashi, esikufunayo ukudlulisa umlayezi wokuthi asiwafuni ama-etolls.”





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-27°C Passing showers. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...