Ivundulule amaqiniso ikhomishana - PAC

2012-10-25 08:15

Johannesburg - IKhomishana kaFarlam isivundulule amaqiniso ngokungahambisi kahle okuqhutshwa yimboni yezimayini, kusho iPan African Congress.

"Indlela efanele yokuqashwa kwabantu isifadalele, imboni isiqhutshwa ngobungani babanikazi bezinkampani, osopolitiki kanye nezinyunyana," kusho unobhala weqembu uBennet Joko, esitatimendeni.

"Lezi zivumelwano esishaywayo zicindezele kakhulu abasebenzi, kade futhi waqala lo mkhuba. Kuyamangaza ukuthi ubudlelwano balezi zinhlaka sebuholele ekubulaweni kwabavukuzi."

UJoko uthe ikhomishana isikubeke obala ukuthi kukhona okushaya amanzi futhi kunjalo nje kuhlukunyezwa nabasebenzi, uthe nakanjani kumele inxeshezelwe imindeni yabavukuzi ababulawa.




 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kutholwe isidumbu sowesifazane sinqunu

Emizuzwini eyi-5 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Cool. PE: 16-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...