Ivelile inkantolo esolwa ngokudlwengula

2012-12-07 07:55

Durban - Ivelile ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseShowe inyanga eyadlwengula owesifazane ithi iyamelapha ngoba kukhona abafuna ukumenza utokoloshe.

Le nyanga, 55, iboshelwe ukudlwengula owesifazane, 24, ngesikhathi iya emndenini wakhe ngoLwesibili ebusuku eMqwekazi ithi iyoxolisa.

Okhulumela amaphoyisa aseShowe uCaptain Tienkie van Vuuren uthe le nyanga yathi lo wesifazane unemimoya katokoloshe.

“NgoMsombuluko le nyanga yahlela ukuthi bahlangane nalo wesifazane ngabo-19:00 ukuze imelaphe. Kuthiwa waya naye ehlathini wafika wamdlwengula," kusho uVan Vuuren.

Umholi wendawo, uMfuneni Mchunu, uthe lesi sigameko "asithandeki".


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Unikwe odilikajele ababili owabulala

Emizuzwini eyi-2 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered showers. Morning clouds. Mild. Pta: 16-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-24°C Numerous showers. Partly sunny. Mild.
Dbn: 19-29°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...