Ithole udilikajele i'Graveyard killer'

2012-11-02 14:46

Virginia - Umbulali wasemathuneni aseWelkom uMaartens van der Merwe ugixabezwe udilikajele yiNkantolo yesiFunda eVirginia ngecala lokubulala uMichael van Eck.

UJaji Ian van der Merwe uphinde wagweba uVan der Merwe eminye iminyaka eyishumi ngaphezulu ngokugebenga wase ecwiya umufi izicubu.

Usolwa ngokubulala nokuhlahlela isakhamuzi saseWelkom uMichael van Eck, 23, benengoduso yakhe uChané van Heerden.

UMaartens van der Merwe ufake isicelo sokuguqula icala lokubulala.

Iaji libe selisiphikisa lesi sicelo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Cool. PE: 16-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...