Isitimela sibulale 2 eKapa

2012-09-07 08:57

Cape Town - Abesifazane ababili abebezithwele bashayiswe yisitimela bashona ngaphandle kwesiteshi sesitimela esiseKuils River, eKapa, kusho umbiko wabezindaba ngoLwesihlanu.

Iphephandaba iCape Times libike ukuthi ukushona kukaJudith Mtumba noSarah Njibu ngoLwesine kuzophenywa.

Akucaci kahle ukuthi kwenzekeni, kodwa umshayeli wesitimela uyaqinisekisa ukuthi ushayise abantu abathathu, hhayi ababili.

"Sibhekile ngaphansi kwesitimela kodwa asitholanga lutho," kusho imenenja yeMetrorail esifundazweni uMthuthuzeli Swartz.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C High level clouds. Cool. Pta: 9-18°C More sun than clouds. Mild.
Jhb: 6-15°C More clouds than sun. Cool. Bloem: 7-17°C Broken clouds. Cool.
Dbn: 13-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 9-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...