Isiteshi samaphoyisa asihlangene nomuzi kaZuma

2012-12-11 07:58

Johannesburg - Ukwakhiwa kwesiteshi samaphoyisa endaweni yaseNkandla la kuzalwa khona uMengameli wezwe uJacob Zuma, yinto endala engahlangene nokulungiswa kabusha komuzi kamengameli, kusho izikhulu zamaphoyisa aKwaZulu-Natal.

"Umsebenzi oqhubekayo waqalwa ngo-1995," kusho uColonel Jay Naicker, esitatimendeni.

"Inkosi yacela kwabakwaSA Police Service ukuthi bakhe isiteshi, endaweni yasoBumbano, ngesikhathi kuqhubeka izimpi nobugebengu."

UNaicker uthi babone kunesidingo sokuthi baphumele obala ngalolu daba, kulandela umbiko wephephandaba Sunday Times, ebike yathi isiteshi sakhiwe "egcekeni" lakwaZuma.
 


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

'Bayanda abehlisa umthwalo wamabele'

Emizuzwini eyi-33 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 13-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-23°C High level clouds. Mild. Bloem: 9-17°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 12-16°C Rain showers. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...