Isikhulu samaphoyisa kwelokudlwengula

2012-11-14 07:41

Cape Town - Kuboshwe isikhulu samaphoyisa eWestern Cape ngezinsolo zokuthi sidlwengule owesifazane ebesimgibelise emotweni yakhe, kusho i-Independent Police Investigative Directorate.

Okhulumela i-Ipid uMoses Dlamini uthe leli phoyisa libone owesifazane, 30, esendleleni eya kubo ngabo-05:00 ngeSonto ephuma ukuyovakashela umngani lase limgibelisa imoto.

Bebehlaa ngandawonye, kusho isitatimende.

Kuthiwa leli phoyisa libe selidlwengulela lo wesifzane emzini walo.

Livele enkantolo lakhishwa ngebheyili ka-R1 000, icala lahlehliselwa uDisemba 13.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...