Isihluku kubulawa usana olunezinyanga ezine

2012-09-27 08:15

Rustenburg - Kuboshwe izelamani ezimbili ngezinsolo zokubulala usana obelunezinyanga ezine luzelwe kwathi unina washaywa emijondolo yaseZakhele, ngaseRustenburg, kusho amaphoyisa aseNorth West.

Amadoda amathathu aya emjondolo wowesifazane anxenxa ukubona isoka lakhe ngeSonto ekuseni, kusho uCaptain Adéle Myburgh.

“Isoka labe lingekho ekhaya ngaleso sikhathi, la madoda abe esethatha lo wesifazane nosana lwakhe abayisa ngemuva kwehostela laseNtabedi,” esho.

Bashaya lo wesifazane bagwaza emhlane, esifubeni bamsika uqhoqhoqho.

Ingane yathathwa yasacazwa edwaleni yashona ujuqu.

Owesifazane wayiswa esibhedlela esisemweni esibucayi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Widely scattered tstorms. Afternoon clouds. Mild. PE: 15-20°C Passing showers. Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...