Isigejana sabelungu esiqhumisa ama-ATM

2013-01-14 08:33

Durban - Lokhu kungase kushintshe isithombe ngobugebengu kuleli, njengoba iqeqebana lamadoda angabelungu lisolwa ngokubhomba ama-ATM, nosekungumkhuba maphakathi neKwaZulu-Natal, nosekuhlalise umphakathi lubhojozi, kubika iSunday Tribune.

Lezi zigelekeqe zathathwa ngamakhamera eCCTV, nokuvela ngokucacile ukuthi zingabelungu.

Lesi sigejana samadoda abalelwa ko-15 esihloma ngayo yonke inhlobo yezikhali sesihlasele okungenani kane emadolobheni amancane kula masonto edlule.

Kuthiwa atshengisa ubunyonicho bezombutho wezokuvikela uma esenza lobu bugebengu, nokuvuse imibuzo ngokuthi mhlawumbe kungenzeka ukuthi ake athola ukuqeqeshwa kombutho wezempi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-28°C Morning clouds. Warm. PE: 13-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...