Isigameko sokudubula eCarnival City

2013-01-28 07:54

Johannesburg – Kube nesigameko sokudubulana eCarnival City, eGauteng, ezintatha ngoMsombuluko ngesikhathi iqulu lamadoda angu-25 egasela kule casino, kubika izindaba ze-eNCA.

Kulimale kabi amaphoyisa amabili kwaphinde kwalimala nabanye abantu abebebukele, kusho umbiko.

Lezi zigelekeqe kuthiwa ziqonde ngqo lapho kugcinwa khona imali kule casino zashaya zachitha nesamba semali esingadalulwanga.

Kube sekuba nempi yezulu lezandla ngesikhathi kufika amaphoyisa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-31°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-24°C Mostly cloudy. Mild. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...