Isibhedlela sisolwa ngokuhahabeza oweDA

2011-10-18 16:29

Johannesburg - Isibhedlela iChris Hani Baragwanath sisolwa ngokuvimbela lowo oyiLungu lePhalamende kuDA ukuba angene emasangweni alesi sibhedlela.

"Angisona isigebengu, kodwa namhlanje ekuseni nginqatsheliwe ukuba ngibeke umcondo wami emagcekeni aseChris Hani-Baragwanath, ngivinjwa onogada," kusho uBloom.

Ube esethwebula isithombe sakhe esinamekwe endlini yonogada.

"Onogada bathi bayalelwe ukuba bangivimbe," esho.

Uthe kungumsebenzi wakhe njengelungu lesiShayamthetho eGauteng ukuba ahlole ukuthi ngabe konke kusahamba kahle yini ezikhungweni zikahulumeni.

Okhulumela lesi sibhedlela uNkosiyethu Mazibuko uthe akazi lutho ngesithombe sikaBloom esinanyekiwe wathi le mibiko ingamampunge.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Morning clouds. Cool. Pta: 13-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-21°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 18-36°C Afternoon clouds. Hot. PE: 14-21°C Partly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...