Isibhedlela siphika imibiko yokushodelwa onesi

2012-01-30 09:36

Johannesburg - Kucelwe umbutho wezokuvikela osebenza ngezempilo kuSANDF ukuba uyolekelela esibhedlela iChris Hani Baragwanath kulandela ukushoda konesi ababelethisayo, kusho umbiko ngoMsombuluko.

Labo dokotela bombutho wezokuvikela abahlanu bacelwa ukuba bazosiza ngasekuqaleni kwale nyanga emuva kokuthi odokotela bezwakalise ukucasuka ngokushoda kwabasebenzi ababelethisayo, kubika iphephandaba iThe Star.

Kodwa, isikhulu salesi sibhedlela uJohanna More ukuphikile ukuthi kushoda abasebenzi.

Uthe lokhu kwenzelwe ukuthi umsebenzi ube lula njengoba kuqashwe abanye onesi ababelethisayo abangu-43 ngesikhathi kuqala unyaka.

UMnyango wezeMpilo nawo uziphebezile izinsolo zokushoda kwabasebenzi.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...