Ishe kanzima eshiswe ngawokugeza

2015-09-14 08:34

Welkom –Ishe kanzima ingane yomfana eneminyaka engu-6 ubudala  ngesikhathi ingena emanzini abilayo okugeza eManyakeng eWelkom, kusho abosizo lokuqala ngoMsombuluko.

Lo mfana ushe imilenze nezingalo ngesikhathi sesigameko ngeSonto, kusho okhulumela abe-ER24 uRussel Meiring.

OLUNYE UDABA:  Kushone ingane emlilweni eGoli

Ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesigame umama wengane ubezama ukuyisiza.

Lo mfana uphuthunyiswe esibhedlela iMediclinic eWelkom.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...