Isavaliwe eminye imigwaqo e- E Cape

2012-07-16 12:02

Johannesburg -  Yonke imigwaqo ibisavaliwe e-Eastern Cape ngoMsombuluko ekuseni ngenxa yesimo sezulu esingesihle, kusho i-Road Traffic Management Corporation.

Oyisikhulumi u-Ashraf Ismail uthe lokhu kuhlanganisa uN6 phakathi kwe-Jamestown no-Aliwal North, noR61 phakathi kwe-radock neGraaff Reinet.

Umgwaqo uN6 uvalwe ngempelasonto ngenxa yokukhithika.

U-Ismail uthe alikhithikanga ebusuku, kodwa liyana kancane kwezinye izingxenye zezwe.

Unxuse abashayeli bezimoto ukuba bahlele uhambo lwabo ngokubuka isimo sezulu nezindaba. 

Uma isimo sezulu siba sibi kakhulu, abashayeli bayacelwa ukuba babuyele eceleni komgwaqo noma bangene emagalaji aseduzane noma endaweni ephephile.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-DA Ibhuqe uPhiyega imthembisa indondo

Emizuzwini eyi-35 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-22°C Cloudy. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...