Iphoyisa livele enkantolo ngelokudlwengula

2012-09-26 07:37

Kimberley - Iphoyisa, 36, livele eNkantolo yeMantshi yaseKimberley ngecala lokudlwengula, kusho i-Independent Police Investigative Directorate (IPID).

Leli phoyisa lisolwa ngokudlwengula intombazane, 16, ngoMsombuluko, kusho okhulumela i-IPID uMoses Dlamini.

“Leli phoyisa lathatha le ntombazane kubo lase liyiyengela emjondolo walo oseLerato Park,” kusho uDlamini.

Kusolakala ukuthi wabe eseyidlwengulela esikhotheni wase eyiphindisela kubo.

Umndeni wayo wayihambisa esibhedlela, nalapho kwatholakala khona ukuthi idlwenguliwe.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 0-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-17°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...