Iphoyisa livele enkantolo ngelokudlwengula

2012-05-04 07:37

Cape Town - Iphoyisa loMkhandlu waseKapa livele eNkantolo yeMantshi yaseMitchells Plain ngoLwesine mayelana nezinsolo zokudlwengula intombi yalo, kusho amaphoyisa.

Leli phoyisa, 33, lisolwa ngokudlwengula intombi yalo, 23, ngoLwesibili, kusho uMoses Dlamini, okhulumela i-Independent Police Investigative Directorate.

Leli phoyisa elibhekene namacala okudlwengula nokushaya, linikezwe ibheyili.

“Kukholakala ukuthi lezi zithandani beziye eklabhini zase zibuyela emzini wale ndoda ngabo-03:00."

UDlamini uthe le ndoda yabe isishaya intombi yayo ekhanda yaquleka, yase iyayidlwengula.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Partly cloudy. Mild. Pta: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Showers early. More sun than clouds. Cool. PE: 13-19°C Showery. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...