Iphoyisa lisolwa ngokudubula intombi lase liyazibulala

2015-09-14 12:34

Cape Town – Iphoyisa lisolwa ngokudubula intombi yalo ikubo eStrand, eWestern Cape, lase libhekisa umbhobho wesibhamu ngakulo.

Kukholakala ukuthi lesi sigameko senzeke ngabo-05:00 ngoMsombuluko.

Iphoyisa lishonele endaweni yesehlakalo kwathi owesifazane waphuthunyiswa endaweni yesehlakalo.

OLUNYE UDABA: Iphoyisa libulale intombi nonina wayo eGoli

Omakhelwane abangathandanga ukudalulwa amagama abo bathe bezwe ukuqhuma kwenganono ngabo-05:30 ekuseni, bezwa owesifazane ehayiza.

Amaphoyisa nezinye izikhulu baklama indawo yesigameko bazama ukuthola ubufakazi.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Haze. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...