Iphoyisa lihudulwe yimoto ebeliyimisa

2012-12-21 14:48

Johannesburg - Iphoyisa likaMasipala waseGoli lihudulwe yitekisi ngesikhathi lizama ukuyimisa emgwaqeni uM1 ngoLwesihlanu.

Okhulumela amaphoyisa uChief Superintendent Wayne Minnaar uthe amalungu omphakathi abe eseyimisa itekisi ngesikhathi ebona iphoyisa lingaphansi kwayo ngakuCorlett Drive.

Umshayeli ube eseboshwa kanti uzovela eNkantolo yeMantshi eGoli ngoMsombuluko ngamacala okuzama ukubulala nokungami uma emiswa yiphoyisa lomgwaqo.

Iphoyisa, igama lalo elingakadalulwa, liphuthunyiswe eMilpark Hospital lisesimweni esibucayi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
5 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-19°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 6-15°C Sunny. Cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-22°C Sunny. Mild. PE: 10-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...