Iphoyisa lidubule intombi yalo, lazibulala

2011-06-13 12:43

Pietermaritzburg - Iphoyisa lidubule lalimaza intombi yalo ngaphambi kokuthi lizidubule nalo ngoMgqibelo, lokhu kwenzeka nje akukapheli nesonto kwenzeke isigameko esifuze lesi eMgungundlovu.

Leli phoyisa, 31, ebelisebenza ophikweni lezobunhloli lidubule lalimaza owesifazane, 30, oLundi ngoMgqibelo emuva kokuthi bebe nengxabano.

Libe selishonela esibhedlela.

Owesifazane kubikwa ukuthi usesimweni esibucayi.

Isigameko esifuze lesi senzeke ngoJuni 8, ngesikhathi uConstable Sihle Ntshalitshali, 27, edubula uMapule Mohale ngaphambi kokuthi azidubule yena.

- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uzojuxuza koweJazz uMengameli Zuma

Emizuzwini eyi-23 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-28°C Tstorms late. Broken clouds. Warm.
Jhb: 14-22°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 10-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-25°C Showers late. Afternoon clouds. Mild. PE: 16-19°C Showers late. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...