Iphoyisa lidlwengulele isalukazi emathuneni

2012-12-19 14:47

Cape Town - Iphoyisa laseWestern Cape elisolwa ngokudlwengula owesifazane, 65, livelile eNkantolo yeMantshi yaseRobertson, kusho i-Independent Police Investigative Directorate.

Okhulumela lolu phiko uMoses Dlamini uthe leli phoyisa, 37, elisebenzela esiteshini saseMcGregor, lizobuyela enkantolo ngoDisemba 24 ukuze lifake isicelo sebheyili.

Lizogqunywa esitokisini.

Kuthiwa leli phoyisa lathatha lo wesifazane ngemoto yalo laya naye emathuneni lafike lamdlwengulela khona ngoMgqibelo ebusuku, lingekho emsebenzini.

Labe seliboshwa ngeSonto.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Abafana beWoonga bebe imali yesoso

Emizuzwini eyi-30 edlule
Phawula kulolu daba
4 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C High level clouds. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-20°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 9-22°C Sunny. Mild. PE: 12-19°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...