Intsha yeDA ifuna kubhekwe amaholo abe-NYDA

2012-03-14 16:38

Cape Town - Uphiko lwentsha eqenjini iDA, selucele ungqongqoshe kuhulumeni uCollins Chabane ukuth angenelele odabeni lokusingathwa kwezimali zeNational Youth Development Agency.

Lokhu kuza emuva kokuvela kokuthi i-NYDA ngonyaka ka-2015 izosebenzisa yonke imai yayo ukuholela abasebenzi.

Umbiko ohanjiswe kuChabane uthi i-NYDA, ngoyaka ka-2011/12 inabasebenzi abangu-453.

Isiyonke imali yabasebenzi ibalelwa ku-R174 501 596, engu-42% kuphela wesabelo se-NYDA.

Umholi wophiko uMakashule Gana uthi uma lokhu kusho kweNYDA kuphasa kungafaniswa nokuthi inhlangano iqashe abasebenzi abangu-500, umuntu emunye aholelwe u-R29 000 ngenyanga.

Ziningi izinhlangano ezikhombise ukungenami ngeNYDA ngaphambilini.

 

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...