Intsha iyazifela nge-valentine - Ucwaningo

2013-02-13 16:50

 Johannesbrg - Abantu abasha baseNingizimu Afrika bayazifela ngokugubha usuku lwezithandani, kusho ucwaningo olwenziwe ngabakwaPondering Panda.

Balinganiselwa engxenyeni abantu abasha okumanje sebenze amalungiselo angosuku lwezithandani oluzokuba ngoLwesine (kusasa).

"Impela intsha yakuleli iyalwazisa usuku owezithandani futhi isemathandweni," kusho okhulumela abacwaningi uShirley Wakefield.

"Bonke ubulili bukhombise ukuba nesasasa, abesilisa bekucabangeka sengathi abanandaba, nokho akunjalo.”

Abacwaningi bakhulume nabantu abangu-15 452, abaseminyakeni ephakathi kuka-13 no-34.

Bangu-31% kuphela abathe abanandaba nalolu suku.

Izimbali akubukeki zizoba nesasasa njengoba beku-12% kuphela abathe bazozithenga, abanye abaningi bathembise izipho ezisezingeni.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C High level clouds. Cool. Pta: 21-31°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C Showers early. Morning clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-33°C More sun than clouds. Hot. PE: 17-26°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...