Injabulo kuzalwa izingane zonyaka

2013-01-01 15:50

Johannesburg - Zilinganiselwa ku-57 izingane ezizalwe eGauteng, ngemizuzu yokuqala kuqale unyaka ka-2013, kusho uMnyango wezeMpilo esifundazweni.

Esibhedlela iCharlotte Maxeka, kuzalwe izingane zamantombazane eziyisishiyagalolunye nabafana abayisithupha, kusho UNgqongqoshe woMnyango uHope Papo.

Esibhedlela eMamelodi kuzalwe izingane ezingu-11kwathi esibhedlela iChris Hani Baragwanath kwazalwa izingane ezingu-10.

UKafalong noYusuf Dadoo babe ngamawele okuqala ukuthi adedelwe aye ekhaya.

Esibhedlela iBetha Gxowa kuzalwe izingane ezine kwathi ezimbili zazalwa esibhedlela iSteve Biko.

"Sihalalisela bonke omama ababelethile namhlanje, sithi banakekele ngendlela abantwana babo,’ kusho isitatimende sikaPapo.

 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-31°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-32°C Sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Widely scattered tstorms. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...