Inikezwe u-R2.4m i-ECape ngobhedukane we-RVF

2011-02-09 14:12

Johannesburg - UMnyango wezoLimo e-Eastern Cape usukhiphe imali engango-R4.2m ukuze imfuyo izogonyelwa umkhuhlane iRift Valley Fever (RVF).

Lo mnyango uthi imigomo engu-550 000 izoyiswa ezindaweni ezithintekile ezisengceleni weKei River, iCentane, neNgqamakwe.

Usuwakhe ikomidi nomnyango wezempilo nomasipala waseMathole District ukuze kwesekwe kuphinde kufundiswe amalimi nge-RVF.

Izinto ezibalulekile kubalwa:

-- ukugoma isilwane ngasinye ngenaliti yaso;

-- kucelwa ukuthi konke ukufa, ukukhishwa kwezisu nokugula kubikwe kongoti bezilwane;

-- ukuhlaziywa kwezinto okumele zinakwe uma isilwane sigula.

Ubhedukane we-RVF waqinisekiswa ngoJanuwari emapulazini amathathu eGraaf-Reinet naseKei Mouth.

Kanti ke sekutholwe abantu ababili abanelesi sifo eNorthern Cape.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-23°C Sunny. Mild. Pta: 17-32°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-27°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-34°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-27°C Partly cloudy. Warm. PE: 18-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...