Inhlawulo ka-R50m kowaboshwa ngephutha

2013-02-18 10:06

Johannesburg - Umzingeli oseqophelweni eliphezulu, uzohlawulwa ngo-R50 million, kusho iNkantolo eNkulu yasePitoli, lokhu kuza ngemuva kokuthi lona aboshwa kungafanelekile, kusho umbiko wephephandaba iThe Star.

Ngemuva kokuboshwa kukaJaco Scott, akabange esakwazi ukuqhubeka nomsebenzi wakhe wokuzingela izindlovu.

Ukwaze ukuphoqa inkantolo ukuthi ivume ukuthi ahlawulwe ngo-75 000, ngesikhathi asihlala ejele eboshiwe, kube ngu-R577 610, okwaba yinhlawulo ayikhokha.

Inkantolo inqume ukuthi inkampani yakhe ihlawulwe ngo-R49.2 million, ngenxa yokulahlekelwa yinzuzo ngesikhathi uScott eboshiwe.

Iphephandaba libike ukuthi abazingeli baseMelika batheleka kuleli laseNingizimu Afrika mhlaka-4 Juni 2004, ngemuva kwesivumelwano esabe sibhalwe phansi.

UScott waboshwa, eboshelwa icala elingahlangene nokuzingela, okwakumele kwenzeke eZimbabwe.

Akucaci ukuthi wabe eboshelweni.





  – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild. Pta: 18-24°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 15-18°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 16-23°C Showery. Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 19-28°C Showers late. Mostly cloudy. Warm. PE: 17-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...