Ingqungquthela ibuyise isithunzi se-ANC - Mkhize

2012-12-21 12:22

Bloemfontein - Ingqungqthela ye-ANC ebibanjelwe eMangaung ibuyise isithombe esiyiso seqembu, kusho uMgcinamafa omusha weqembu uZweli Mkhize ngemuva kwenkomfa ngoLwesihlanu.

"Sinethemba eliqinile. Siphinde sibe nentsha ephuma ezindaweni ezihlukene … iqembu lingakwazi ukumelana nezinselelo elibhekana nazo," kusho uMkhize.

Ubekhuluma esidkweni sasekuseni esihlelwe yiphephandaba iThe New Age.

Umsebenzi wakhe ukuhlangana nabahambisana ne-ANC nokuthi akhankasele amanye amalungu eqembu, usho kanje.

USihlalo kazwelonke, uBaleka Mbete, uthe iqembu selilulungele ushintsho lwesibili.

"Sifunde okuningi, sawenza namaphutha, kodwa manje sesihlome ngokwanele ukubeka iNingizimu Afrika phambili."

Ubuholi kanye nemigomo ekhona iwulungele umsebenzi, ephetha.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 17-32°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-28°C Showers early. More sun than clouds. Warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...