'Indoda yembazo' ikulungele ukuthetha icala

2012-02-24 13:34

Durban - Kuvele ukuthi lowo owayengumdlali wamaBlue Bulls uPhindile Ntshongwana uphile saka emqondweni kanti futhi ukulungele ukuthetha amacala abhekene nawo, kulalele iNkantolo eNkulu yaseThekwini ngoLwesihlanu.

"Inkantolo ithole umsolwa ekulungele ukuthethwa kwecala lokubulala abekwe lona," kusho iJaji Kate Pillay.

UNtshongwana ubhekene namanye amacala okuzama ukubulala, ukuthumba nokudlwengula.

NgoJanuwari, udokotela wezengqondo uDkt Soobian Moodley wethula ubufakazi wathi uNtshongwana akatshengisi zimpawu zokuthi unokuphazamiseka emqondweni.

"Ngokujwayelekile, akuvamile ukuthi abantu abagula ngale ndlela babe nodlame."

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-27°C Morning clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 14-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...