Indoda ibulale umkayo nendodana

2012-03-20 10:02

Johannesburg - Indoda yasePitoli idubule yabulala umkayo nendodana yayo engayizali, emzini wabo oseDorandia ngoMsombuluko.

Kuthiwa ikhehla leli elineminyaka engu-61 ubudala lithukutheliswe ukuthola ukuthi indodana eneminyaka engu-42 ubudala ifuna ukuzama ukuthola umndeni wayo wangempela.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Lungelo Dlamini uthi indodana ebikhona kwehla lesisi gameko uDerick, uthi kube nengxabano evuthayo kulo muzi.

Uthi ikhehla libe seliphuma labuya nesibhamu ladubula u-Innus ekhanda, laqeda ladubula umkalo.

Bobabili bashonele endaweni yesehlakalo.

Umsolwa kumanje uphekwa ngemibuzo ngamaphoyisa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Widely scattered tstorms. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-25°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...