Indoda ibanjwe nezidakamizwa emathunjini

2012-12-03 07:41

Cape Town - Owesilisa, 26, ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngemuva kokutholakala nezidakamizwa emathunjini, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

Amaphoyisa, nabelunywe indlebe, amise imoto yohlobo lweVolkswagen Polo kuN12 phakathi kwe-Oudtshoorn neGeorge ngoMgqibelo ntambama, kusho uCaptain Bernadine Steyn.

Kube sekuseshwa imoto kwangatholakala lutho.

Ukutshengisa ukusaba kwalo wesilisa kudale ukuthi amaphoyisa amyise esibhedlela sendawo.

“Kufike kwenziwa ama-x-rays natshengise izidakamizwa emathunjini akhe," kusho uSteyn.

Le ndoda izovela eNkantolo yeMantshi yase-Oudtshoorn ngoMsombuluko.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-26°C Sunny. Mild. Pta: 16-30°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-28°C Scattered showers. Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 17-28°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-26°C Widely scattered tstorms. Partly sunny. Mild. PE: 20-23°C Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...