Impilo yomuntu omnyama ishibhile - Mathunjwa

2012-11-09 14:04
Yabelani Shicilela

Rustenburg - Abaphathi bezimayini kuleli abanandaba nempilo yomuntu omnyama njengoba babengakwazi ukubulala abavukuzi baphinde baqashe abanye, kusho umengameli we-Association of Mineworkers and Construction Union (Amcu) uJoseph Mathunjwa ngabavukuzi ababebhikisha eMarikana, eNorth West.

I-video eyathathwa ngamalungu eSA Police Service (SAPS) ngo-Agasti 16, ngaphambi kokubulawa kwabavukuzi abangu-34, itshengisiwe ngaphambi kwekhomishana yophenyo eRustenburg Civic Centre ngoLwesihlanu.

"Abaqashi bafuna ukwenza sengathi abavukuzi yibona abanodlame yikhona bezoqhubeka nokucindezela isizwe esimnyama. Impilo yomuntu omnyama ishibhile eNingizimu Afrika," esho.

Kule video, uMathunjwa ukhale ngengcindezelo yabaphathi bezimayini.

Uphinde wakhala ngokuthi amalungu akhe abebulawa amaphoyisa nezimbangi zabo iNational Union of Mineworkers (NUM).


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...