Imindeni isola amaphoyisa ngolwaseMarikana

2012-12-04 14:03

Rustenburg - Imindeni yabavukuzi abadutshulwa ngo-Agasti 16 ikholelwa ukuthi amaphoyisa eSAPS kanye neLonmin ibona abadala le nhlekelele yaseMarikana, kutshelwe ikhomishana kaFarlam ngoLwesibili.

Umeluleki wemindeni engu-34, ummeli uDumisa Ntsebeza SC, ubepheka ngemibuzo umengameli we-Association of Mineworkers and Construction Union (Amcu) uJoseph Mathunjwa.

UNtsebeza utshele uMathunjwa ukuthi imindeni izimisele ngokwazi ukuthi izihlobo zabo zahlangana kanjani nabashona ngo-Agasti 16.

"Ngifuna ukugculiseka ngisize nekhomishana ekutholeni ukuthi wena kwakuyini iqhaza lakho, ngoba imindeni yezwa ngeqhaza lakho lokungasizi ngalutho ngesimo esasiqhubeka,” usho kanje.

"Thina njengemindeni, sibona kungamaphoyisa neLonmin ababanesandla ekushoneni kwabantu.”

UNtsebeza uthe kuyabonakala ukuthi kwakunokungezwani phakathi kwe-Amcu neNational Union of Mineworkers (NUM) ngaphambi kuka-Agasti 16.

Ekupheleni kophenyo, ngizoletha ubufakazi obukhombisa ukuthi ngaphambi komhlaka 16 kuAgasti.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...