Ihlombe kushenxa uMannya

2012-04-24 07:52
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Lowo obeyinhloko yoMnyango wezeMfundo e-Eastern Cape uModidima Mannya usulile kulesi sikhundla, kumemezela uNdunankulu wesifundazwe uNoxolo Kiviet ngoMsombuluko.

“Izingxoxo esibe nazo noMannya ziphethe ngokuthi sivumelane ngokuqedwa kwenkontileka yakhe yomsebenzi," kusho uKiviet.

“Ngokomthetho inkontileka yakhe izophela ngomhlaka-30 Ephreli 2012 kodwa umsebenzi uzowuyeka khona namhlanje."

UKiviet uveze ukuthi ezemfundo zakulesiya sifundazwe sezibhekane nenselelo cishe iminyaka engu-18.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-16°C Afternoon clouds. Cool. Bloem: 7-20°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Morning clouds. Mild. PE: 13-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...