Igesi ibulale abasebenzi abayisihlanu

2012-11-07 07:46

Bloemfontein - Kushone abasebenzi abayisihlanu bakaMasipala waseSol Plaatje, eKimberley, efemini iHomevale lapho kuhlanzwa khona amanzi, kusho isikhulu somkhandlu.

“Singaqinisekisa ukuthi kushone abasebenzi bethu abayisihlanu ngabo-12:45 ngoLwesibili," kusho okhulumela umkhandlu uSello Matsie.

Kuthiwa la basebenzi bahaqwe yigesi yohlobo lwe-methane.

UMatsie uthi kubukeka sengathi laba abanye abasebenzi bazamile ukusiza umsebenzi wokuqala ngesikhathi nabo behlulwa yile gesi base beshona.

Kuzoba nophenyo ngalesi sigameko.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushe ihholo lomphakathi eKapa

Emizuzwini eyi-0 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...