Ibhungu lisikwe ijwabu labulawa

2013-01-23 08:16

Johannesburg - Ibhungu, 18, litholakale eKutlwanong linqunywe uqhoqhoqho lase lisikwa ijwabu, kusho umbiko wamaphoyisa aseFree State ngoLwesibili.

USergeant Puling Motsoeneng uthe isidumbu sitholakale ngoMgqibelo sibonwa umuntu obezihambela ngasemayini iTshepo.

"Uthe angabona amachaphazelo egazi, wasola wase eyawalandela. Uthuke woma ngesikhathi ezithela kulesi sidumbu somfana silele edamini legazi sisagqoke umfaniswano wesikole."

Uthe uthishanhloko waseJC Mature High School umhlonze njengoLerato Samuel Nyala.

Akukaboshwa muntu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Amaphoyisa adubule abulala umsolwa eGoli

Emizuzwini eyi-51 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-19°C Showers late. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...