ISars yaba nokwenzelela - Mpisane

2012-11-07 08:11

Durban - Abaqoqi bentela kuleli iSars yaba nokwenzelela ngesikhathi isingethe izindaba zentela zikasomabhizinisi uShauwn Mpisane, kulalele iNkantolo yesiFunda yaseThekwini.

Ummeli kaMpisane, uJimmy Howse, uthi iSA Revenue Service yahluleka ukwazisa uMpisane ngokusemthethweni ukuthi ukweleta intela ka-R13 million.

UMabongi Flora-Junior “Shauwn” Mpisane usolwa ngokukhwabanisa ngoba ebalekela ukukhokha intela.

Usolwa nangokuhlukumeza umthetho iClose Corporations Act ngokuba nguyena kuphela umnikazi weZikhulise Cleaning, Maintenance and Transport CC yize atholakala enecala lokukhwabanisa.

Uyawaphika wonke amacala.

Ngo-2008 inkampani kaMpisane yenza u-R120 million, kwathi inzuzo yaba ngu-R73.7 million.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ukhulelwe owadlwengulwa ngumyeni kanina

Emizuzwini eyi-32 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Rain showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 12-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-22°C High level clouds. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 17-22°C Showery. Mostly cloudy. Cool. PE: 8-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...