‘IBafana kumele ifike kwifayineli ye-Afcon 2013'

2012-03-15 14:13
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UMengameli weSAFA uKristen Nematandani uthi iqembu lesizwe lebhola lezinyawo nakanjani lizofinyelela kowamanqamu we-Africa Cup of Nations ngonyaka ozayo uma leli lizwe selisingethe le midlalo, kubika iKickoff.com.

UNematandani uthi unamathemba amakhulu ngeqembu, uthi ukunqoba kwalo kubaluleke kudlula ukuthi imidlalo ibanjelwe kuleli.

“Sinamathemba amakhulu ngeBafana Bafana, kwazise izwe yilo elizosingatha imidlalo,” kusho uNematandani.

IBafana seyehluleke yancama ukuwina emidlalweni eyisishiyagalombili eyedlule.

“Iqembu lesizwe kumele lidlale kahle lifinyelele kowamanqamul liphinde liyinqobe. Impoxo enkulu ingaba sekutheni kowamanqamu bese singayinqobi".

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-17°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...