I-UDM igxeka uZuma ngolwaseLibya

2011-03-22 12:13

Johannesburg - Umholi we-UDM uBantu Holomisa ugxeke uMengameli wakuleli ngesikhundla asibambe odabeni lwaseLibya, wathi kumele singanakwa isiphakamiso sokuthi kubekwe phansi izikhali.

"Kumele axuzulule lolu daba ngokubiza uMkhandlu weNhlangano yeZizwe abeke izikhalazo zakhe...

"Kumele agxeke ukuziphathisa okwezilwane kwamazwe aseNtshonalanga akuloMkhandlu," kusho lo mholi we-United Democratic Movement esitatimendeni.

NgoMsombuluko, uZuma uxwayise ngokungenelela kwemibutho yezempi yakwamanye amazwe eLibya.

UHolomisa uthe elakuleli kumele liziqhelelanise ngokusemthethweni nokwenzeka eLibya njengamanje.

Uthi igazi labantu abangenacala alichithekile lizobuzwa kulabo abavumele ukugasela ezwni laseLibya.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuboshwe 13 embhikishweni waseW Cape

Emizuzwini eyi-55 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C High level clouds. Mild. Pta: 11-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-28°C High level clouds. Warm. PE: 13-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...