I-Sanef izohlangana noVavi ngolwe-Info Bill

2011-11-30 10:22
Yabelani Shicilela

Johannesburg - ISA National Editors' Forum (Sanef) ihlele ukuhlangana noNobhala Jikelele weCosatu, uZwelinzima Vavi eGoli ngoLwesithathu ukudingida udaba lwe-Protection of State Information Bill.

UVavi ngoLwesine oludlule wathi iCosatu izoya eNkantolo yoMthethosisekelo uma ihluleka imizamo yokuthi kwenziwe izinguquko kulo mthetho sivivinywa.

Wathi iCosatu izonxusa Mengameli uJacob Zuma ukuba angawusayini lo mthetho ohlongozwayo.

Amalungu e-ANC okuyiwona amaningi ePhalamende awuqhubela phambili lo mthetho sivivinywa ngokuthi awuvotele ngobuningi bawo ngesonto eledlule, nakuba ngaphandle nangaphakathi ePhalamende kwakukhona abantu ababhikishela ukuphikisana nawo.

Lo mthetho sivivinywa wavotela ngamavoti angu-229, baba ngu-107 abavotela ukuphikisana nawo, babili abangavotanga emalungeni angu-400 asePhalamende.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Lihlonziwe iphoyisa elibulawe eKapa

Emizuzwini eyi-28 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-27°C High level clouds. Warm. Pta: 12-22°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 8-18°C Morning clouds. Mild. Bloem: 9-21°C Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...