I-SAHRC igxeke amaphoyisa kolukaTatane

2012-10-31 14:56
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Amaphoyisa asebenzisa isihluku esimangalisayo ngesikhathi kunombhikisho eFree State ngo-2011, nokwaphetha ngokushona kuka-Andries Tatane, kusho iSA Human Rights Commission ngoLwesithathu.

Le khomishana idedele izethulo zayo ngoLwesithathu ngokushona kukaTatane ezandleni zamaphoyisa ngesikhathi kunombhikisho umphakathi ukhala ngokugqoza kwentuthuko eFicksburg.

I-SAHRC iphinde yaphakamisa ukuthi kumele kukhushulwe amasokisi ekuqeqeshweni kwamaphoyisa ukuze ezokwazi ukubhekana neziteleka ezihambisana nodlame ngenkathi ezayo.

“ISAPS yayingakulungele ukulamula izidubedube ezazingaqubuka," kusho le khomishana.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-19°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...