I-Nigeria igxeke ukuhlaselwa kwabokufika

2012-03-07 10:02

Abuja - Iziphathimanda ezweni laseNigeria sezikhwele zadilika kuhulumeni wase Ningizimu Afrika ziwusola ngokugqugquzela ukucwaswa kwabokufika, kusho umbiko.

Lokhu kuza emuva kokuthi ngoLwesihlanu abantu abangu-125 baseNigreia benqatshelwe ukungena kuleli bengawaphethe amakhadi aveza ukuthi bayigomelile imigomo efanele.

UNgqongqoshe wezangaPhandle u-Olugbenga Ashiru uthi iNigeria kungensuku zatshwala izophawula ngesenzo seNingizimu Afrika.

Lezi zivakashi bekusatshelwa ukuthi zingase zingene kuleli nomkhuhlane i-yellow fever.

Emngceleni ongenela kuleli usuka eNigeria kuvamisile ukuthi kubanjwe abaphethe amakhadi omgomo angumkokotelo.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

 


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-27°C Sunny. Pleasantly warm. Pta: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...